IsiLilo 3:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Ungibiyele ukuze ngingaphumi, wenza amaketanga ami ukuba asinde. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20207 Ungihaqe nxazonke, angikwazi ukuphunyuka, wangibopha ngamaketanga asindayo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20247 Ungibiyele ngothango, ukuze ngingakwazi ukuphuma; Wenza iketango lami laba nzima. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Bheka, manje sengiyakukhulula namuhla emaketangeni asezandleni zakho. Uma kukuhle emehlweni akho ukuya nami eBabele, woza ngiyakukubheka; kepha uma kukubi emehlweni akho ukuya nami eBabele, kuyeke; bheka, izwe lonke lisebusweni bakho; lapho kukuhle nalapho kulungile emehlweni akho ukuya khona, yiya lapho.”