IsAmbulo 9:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE20 Kepha abaseleyo babantu abangabulawanga ngalezo zinhlupho abaphendukanga emisebenzini yezandla zabo ukuba bangakhuleki kuwo amademoni, nezithombe zegolide, nezesiliva, nezethusi, nezamatshe, nezemithi, ezingenakho ukubona, nakuzwa, nakuhamba, အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202020 Kepha abanye abantu abangabulawanga ngalezo zinhlupheko abaphendukanga emisebenzini yezandla zabo, ukuba bangakhuleki kuwo amadimoni, nakuzo izithombe zegolide, ezesiliva, ezethusi, ezamatshe, ezemithi, ezingaboni, ezingezwa, nezingahambi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible20 Kepha bonke abanye abantu abangabulawanga yilezi zinhlupho abaphendukanga emisebenzini yezandla zabo, ukuze bangakhuleki kumademoni, nezithombe zegolide, nezesiliva, nezethusi, nezetshe, nezokhuni; akaboni, angezwa, angahambi; အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202420 Kepha bonke abanye abantu abangabulawanga yilezi zinhlupho abaphendukanga emisebenzini yezandla zabo, ukuze bangakhuleki kumademoni, nezithombe zegolide, nezesiliva, nezethusi, nezetshe, nezokhuni; akaboni, angezwa, angahambi; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
kepha uziphakamisile eNkosini yasezulwini; balethe izitsha zendlu yakhe phambi kwakho; wena nezinduna zakho, nawomkakho, nezancinza zakho niphuzile iwayini ngazo, utusile wena onkulunkulu besiliva, nabegolide, nabethusi, nabensimbi, nabomuthi, nabetshe abangaboni, abangezwa, abangazi; kodwa uNkulunkulu omphefumulo wakho usesandleni sakhe, nokungezakhe zonke izindlela zakho awumdumisanga.