IsAmbulo 5:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE13 Nakho konke okudaliweyo okusezulwini, nokusemhlabeni, naphansi komhlaba, naselwandle, nakho konke okukukho, ngakuzwa kuthi: “Kuyena ohlezi esihlalweni sobukhosi nakulo iWundlu makube yisibusiso, nodumo, nenkazimulo, namandla kuze kube phakade naphakade.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202013 Ngase ngizwa zonke izidalwa ezulwini, emhlabeni, phansi komhlaba, nasolwandle, zonke zithi: “KuYena ohleli esihlalweni sobukhosi nakuyo iMvana; makube udumo, inkazimulo, namandla, kuze kube phakade naphakade.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible13 Konke okusezulwini, nasemhlabeni, naphansi komhlaba, nokuselwandle, nakho konke okukukho, ngakuzwa, ngithi: Makube kini isibusiso, nodumo, nenkazimulo, namandla. ohlezi esihlalweni sobukhosi nakulo iWundlu kuze kube phakade naphakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202413 Konke okusezulwini, nasemhlabeni, naphansi komhlaba, nokuselwandle, nakho konke okukukho, ngakuzwa, ngithi: Makube kini isibusiso, nodumo, nenkazimulo, namandla. Ohlezi esihlalweni sobukhosi nakulo iWundlu kuze kube phakade naphakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |