Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IsAmbulo 19:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Ngase ngibona ingelosi imi elangeni, yamemeza ngezwi elikhulu ezinyonini zonke ezindizayo emkhathini wezulu, ithi: “Wozani, nibuthane esidlweni esikhulu sikaNkulunkulu

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 Ngase ngibona ingelosi imi elangeni, yamemeza ngezwi elikhulu ezinyonini zonke ezindizayo emkhathini wezulu, ithi: “Wozani, nibuthane esidlweni esikhulu sikaNkulunkulu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Ngase ngibona ingelosi imi elangeni; yamemeza ngezwi elikhulu, ithi kuzo zonke izinyoni ezindizayo emkhathini wezulu: Wozani nibuthane esidlweni sikaNkulunkulu omkhulu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ngase ngibona ingelosi imi elangeni; yamemeza ngezwi elikhulu, ithi kuzo zonke izinyoni ezindizayo emkhathini wezulu: Wozani nibuthane esidlweni sikaNkulunkulu omkhulu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IsAmbulo 19:17
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ngize ngilicindezele i-Ariyeli,* kube khona ukukhala nokububula, libe njenge-Ariyeli kimi.


Nonke nina zilwane zasendle, wozani nidle, nonke nina zilwane zasehlathini.


Ifa lami liyinqe elimanakanaka kimi, amanqe angakulo alihaqile nxazonke; hambani, nibuthe zonke izilwane zasendle, nizilethe, zidle.


Encithakalweni yawo kuyakuhlala zonke izinyoni zezulu, zonke izilwane zasendle zibe semagatsheni awo


Ngase ngibona enye ingelosi indiza emkhathini wezulu, inevangeli eliphakade ilishumayela kwabahlezi emhlabeni, nakuzo zonke izizwe, nemindeni, nezilimi, nabantu,


Nabaseleyo babulawa ngenkemba ephuma emlonyeni wakhe owayehlezi ehhashini, nezinyoni zonke zasutha inyama yabo.


Ngase ngibona, ngezwa ukhozi lundiza emkhathini wezulu, lumemeza ngezwi elikhulu, luthi: “Maye, maye, maye kwabakhileyo emhlabeni ngokunye ukukhala kwecilongo lezingelosi ezintathu ezisezakubetha!”


UmFilisti wathi kuDavide: “Woza kimi, nginike izinyoni zezulu nezilwane zasendle inyama yakho.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ