Hoseya 8:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Ngokuba livela ku-Israyeli; umkhandi walenza, alisiye uNkulunkulu; yebo, ithole laseSamariya liyakuba yizihlephu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20206 Ngokuba livela kwa-Israyeli, ingcweti ilenzile, kodwa alisiye uNkulunkulu; impela ithole laseSamariya liyakuba zicucu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20246 Ngokuba nalo liphuma kwa-Israyeli; ngalokho akusiye uNkulunkulu, kepha ithole laseSamariya liyakuchotshozwa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Sekuphelile konke lokho, u-Israyeli wonke owayekhona waphuma waya emizini yakwaJuda, waphula izinsika, wagawula o-Ashera,* wadiliza izindawo eziphakemeyo nama-altare kwaJuda wonke, nakwaBenjamini, nakwa-Efrayimi, nakwaManase, waze waqeda konke. Base bebuyela bonke abantwana bakwa-Israyeli, kwaba yilowo nalowo efeni lakhe, emizini yakubo.