Hoseya 7:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE13 Maye kubo, ngokuba bangibalekele! Makube ngukuchithwa kubo, ngokuba baphambukile kimi! Bengiyakubahlenga mina labo abakhulume amanga ngami na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202013 Maye kubo, ngokuba bangibalekele! Bazokwehlelwa yinhlekelele, ngokuba bangihlubukile. Bengiyakubahlenga Mina, kodwa bakhulume amanga ngami. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202413 Maye kubo! ngoba bangibalekile, incithakalo iphezu kwabo. Ngoba beqile kimi; nakuba ngibahlengile, bakhuluma amanga ngami. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |