Hoseya 5:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Bamkhohlisile uJehova, ngokuba bazalile abantwana abangabafokazi; manje inyanga eyethwasayo iyakubadla kanye nezabelo zabo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20207 Abethembekanga kuSimakade, ngokuba bazale amavezandlebe, manje-ke inyanga eyethwasayo iyakubashwabadela nezabelo zabo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20247 Baphambuka kuJehova, ngokuba bazala abantwana bezizweni; manje inyanga izobaqeda kanye nesabelo sabo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |