Hoseya 2:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE8 Kepha akazanga ukuthi yimina engamnika amabele, newayini elisha, namafutha, ngamandisela isiliva negolide abenza ngakho uBali. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20208 Kepha ubengazi ukuthi yiMina obemhlinzeka ngokusanhlamvu, ngewayini elisha, ngesiliva, ngamandisela negolide, abakusebenzisa kuBhali. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20248 Ngokuba wayengazi ukuthi yimina engimnike amabele, newayini, namafutha, ngandisa isiliva negolide abakulungisela uBali. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
kepha uziphakamisile eNkosini yasezulwini; balethe izitsha zendlu yakhe phambi kwakho; wena nezinduna zakho, nawomkakho, nezancinza zakho niphuzile iwayini ngazo, utusile wena onkulunkulu besiliva, nabegolide, nabethusi, nabensimbi, nabomuthi, nabetshe abangaboni, abangezwa, abangazi; kodwa uNkulunkulu omphefumulo wakho usesandleni sakhe, nokungezakhe zonke izindlela zakho awumdumisanga.