Hoseya 12:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Ngalokho buyela wena kuNkulunkulu wakho, ugcine umusa nokulunga, ulindele uNkulunkulu wakho njalonjalo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20206 Kodwa kufanele wena ubuyele kuNkulunkulu wakho, ube nokwethembeka nobuqotho, ulindele uNkulunkulu wakho njalo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20246 Ngakho uphendukele kuNkulunkulu wakho; londoloza umusa nokwahlulela, uthembele kuNkulunkulu wakho njalo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
UNkulunkulu wathi futhi kuMose: “Uzakusho njalo kubo abantwana bakwa-Israyeli, uthi: ‘UJehova, uNkulunkulu wawoyihlo, uNkulunkulu ka-Abrahama, noNkulunkulu ka-Isaka, noNkulunkulu kaJakobe, ungithumile kini.’ Yileli eliyigama lami kuze kube phakade, lesi siyisikhumbuzo sami ezizukulwaneni ngezizukulwane.