Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Hoseya 1:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Esemlumulile uLo Ruhama,* wakhulelwa, wazala indodana.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Kwathi esemlumulile uLo Ruhama, wayesekhulelwa, wazala indodana.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Eselumulile uLoruhama, wakhulelwa, wazala indodana.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Hoseya 1:8
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umntwana wakhula, walunyulwa; u-Abrahama wenza idili elikhulu mhla u-Isaka elunyulwa.


Wabuye wakhulelwa, wazala indodakazi. Wayesethi uJehova kuye: “Qamba igama layo ngokuthi uLo Ruhama,* ngokuba angisayikuyihawukela indlu yakwa-Israyeli ukuba ngibathethelele.


Kepha indlu yakwaJuda ngiyakuyihawukela, ngibasindise ngoJehova uNkulunkulu wabo, ngingabasindisi ngomnsalo, nangenkemba, nangokulwa, nangamahhashi, nangabamahhashi.”


Wayesethi uJehova: “Qamba igama layo ngokuthi uLo-Ami,* ngokuba anisibo abantu bami, mina angiyikuba nguNkulunkulu wenu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ