Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Esteri 6:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Yayisithi inkosi kuHamani: “Shesha, uthathe isambatho nehhashi njengokusho kwakho, wenze njalo kuMoridekayi, umJuda, ohlezi esangweni lenkosi. Makungaphuthi lutho lwakho konke okukhulumileyo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 Inkosi yathi kuHamani: “Phuthuma uthathe ingubo nehhashi okhulume ngakho, ukwenze lokhu kuMoridekhayi, umJuda, ohlala esangweni lesigodlo senkosi. Ukwenze konke lokhu okushilo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Inkosi yathi kuHamani: “Shesha uthathe ingubo nehhashi njengokusho kwakho, wenze njalo kumJuda uMoridegayi ohlezi esangweni lenkosi; ungavimbi lutho kukho konke okukhulumile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Esteri 6:10
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Qaphelani manje ukuthi akuyikuwela phansi lutho lwezwi likaJehova alikhulumayo uJehova ngendlu ka-Ahabi; uJehova wenzile lokho akukhulumayo ngesandla senceku yakhe u-Eliya.”


UHamani wathatha-ke isambatho nehhashi, wamembathisa uMoridekayi, wamkhwelisa esigcawini somuzi, wamemeza phambi kwakhe ngokuthi: “Uyakwenzelwa kanjalo umuntu inkosi ethanda ukumdumisa.”


isambatho nehhashi makunikezwe esandleni sesinye sezikhulu ezidumileyo ukuba zimembathise lowo muntu inkosi ethanda ukumdumisa, zimkhwelise ehhashini esigcawini somuzi, zimemeze phambi kwakhe ngokuthi: ‘Uyakwenzelwa kanjalo umuntu inkosi ethanda ukumdumisa.’ ”


Qinani, inhliziyo yenu ibe nesibindi, nina nonke enithemba uJehova.


Kalokhu-ke mina Nebukadinesari ngiyatusa, ngiyaphakamisa, ngiyidumisa iNkosi yezulu, ngokuba yonke imisebenzi yayo iyiqiniso, nezindlela zayo zingukwahlulela; abahamba ngokuzidla inamandla okubathobisa.


Ngokuba oziphakamisayo uzakuthotshiswa; nozithobayo uzakuphakanyiswa.”


ngokungangalokho elizidumise latamasa ngakho, linikeni ukuhlupheka nokulila okungako. Ngokuba enhliziyweni yalo lithi: ‘Ngihlezi ngiyinkosikazi, angisiye umfelokazi, futhi angisoze ngabona ukulila.’


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ