Esteri 6:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Ngalobo busuku ubuthongo babaleka enkosini, yayala ukuba kulethwe incwadi yezikhumbuzo zezindaba zemihla ngemihla, zafundwa phambi kwenkosi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20201 Ngalobo busuku inkosi yaqwasha, yase iyala ukuba kulethwe kuyo umqulu womlando okubhalwe kuwo izehlakalo zemihla ngemihla zombuso wayo, zafundwa phambi kwenkosi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20241 Ngalobo busuku inkosi ayizange ilale ubuthongo, yayala ukuba kulethwe incwadi yemilando; zafundwa phambi kwenkosi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |