Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Esteri 1:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ukuphuza kwaya ngomthetho wokuba kungacindezelwa muntu, ngokuba inkosi yayiyalile zonke izinduna zendlu yayo ukuba zenze njengokuthanda kwabantu abanye ngabanye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Okuphuzwayo kwakhishwa ngokomthetho, akekho owayephoqwa; ngokuba inkosi yayiyale zonke izikhulu zayo zasesigodlweni ukuba zenzele wonke umuntu ngokufisa kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ukuphuza kwakungokomthetho; kakho owaphoqelelayo, ngoba ngokunjalo inkosi yamisa bonke abalindi bendlu yayo ukuthi benze njengokuthanda kwalowo lalowo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Esteri 1:8
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Baphuziswa ngezitsha zegolide, izitsha zahlukene, ezinye nezinye, iwayini lamakhosi eliningi njengokwesandla senkosi.


Naye uVashiti, inkosikazi, wenzela abesifazane idili endlini yenkosi u-Ahashiveroshi.


Sililalele izwi likaJonadaba indodana kaRekabi ubaba kukho konke asiyala ngakho ukuba singaphuzi iwayini zonke izinsuku zethu, thina nawomkethu, namadodana ethu, namadodakazi ethu,


IBabele beliyindebe yegolide esandleni sikaJehova eyadakisa umhlaba wonke; izizwe zaliphuza iwayini lalo, ngalokho izizwe ziyahlanya.


Wayesethi kuzo: “Yikhani manje, niyise kumphathi wokudla;” zayisa-ke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ