Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




EkaJakobe 2:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 anikhethi yini, nibe ngabahluleli abanezizindlo ezimbi na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Anibandlululanga yini phakathi kwenu, naba ngabehluleli abanemidlinzo emibi na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Ngakho anibandlululi yini, naze naba ngabahluleli bemicabango emibi na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngakho anibandlululi yini, naze naba ngabahluleli bemicabango emibi na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




EkaJakobe 2:4
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bhekani, ngiyazi imicabango yenu, namacebo enu eniyakungona ngawo.


ongakhethi ubuso bezikhulu, onganaki ocebileyo kunompofu, na? Ngokuba bonke bangumsebenzi wezandla zakhe.


Ngokuba uyakuma ngakwesokunene sompofu ukumsindisa kulabo abalahla umphefumulo wakhe.


Imbala nikhuluma ukulunga ngokuthula na? Madodana abantu, nahlulela ngobuqotho na?


Koze kube nini nahlulela ngokungalungile nikhetha ubuso bababi na? Sela*


“Ngalokho mina nginenzile naba ngabadelelekileyo nabathotshisiweyo phambi kwabantu bonke njengokuba ningazigcinanga izindlela zami, kepha nikhethe ubuso emthethweni.


Yayisithi iNkosi: “Yizwani okushiwo ngumahluleli ongalungile.


Ningahluleli ngokwamehlo, kepha yahlulelani ukwahlulela okulungileyo.”


Kepha ukuhlakanipha okwaphezulu okokuqala kumhlophe, andukuba kube nokuthula, nokuva, nokulalela, kugcwele isihawu nezithelo ezinhle; akunakungabaza, akunakuzenzisa.


Ningahlebani, bazalwane. Ohleba umzalwane, noma ahlulele umzalwane wakhe, uhleba umthetho, ahlulele umthetho; kepha uma wahlulela umthetho, awusiye owenza okomthetho kodwa ungumahluleli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ