Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 96:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Hlabelelani kuJehova ihubo elisha, nihlabelele kuJehova, mhlaba wonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Hlabelelani uSimakade ihubo elisha, nimhlabelele uSimakade, mhlaba wonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Hlabelelani kuJehova ihubo elisha; hlabelelani uJehova, mhlaba wonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 96:1
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Haleluya! Hlabelelani kuJehova igama elisha, indumiso yakhe emhlanganweni wabangcwele.


Mhubeleni ihubo elisha, nibethe kahle ngenhlokomo.


Umhlaba wonke uyakukhuleka kuwe, ukudumise; bayakuhubela igama lakho.” Sela*


Nina mibuso yomhlaba mhubeleni uNkulunkulu, nidumise iNkosi, Sela*


Mhubeleni uJehova igama elisha, ngokuba wenze izimangaliso; esokunene sakhe nengalo yakhe engcwele kumtholele ukunqoba.


nokuthi: “Dumisani iNkosi nina nonke bezizwe, niyibabaze, nina bantu bonke.”


Bahlabelela igama elisha phambi kwesihlalo sobukhosi, naphambi kwezidalwa ezine, namalunga; kepha akubangakho onamandla okufunda lelo gama, kuphela abayizinkulungwane eziyikhulu namashumi amane nane abathengiweyo emhlabeni.


Ahlabelela igama elisha, athi: “Ufanele wena ukuyithabatha incwadi nokuvula izimpawu zayo, ngokuba wahlatshwa, wabathengela uNkulunkulu ngegazi lakho abavela kuyo yonke imindeni, nezilimi, nabantu, nezizwe,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ