Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 95:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Masize phambi kobuso bakhe ngokubonga, sihlabelele kuye ngamahubo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Masize phambi kwakhe ngokubonga, simhubele amahubo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Masize phambi kobuso bakhe ngokubonga, simdumise ngamahubo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 95:2
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Mkhonzeni uJehova ngokujabula, nisondele ebusweni bakhe ngokuhuba kwentokozo.


Ngenani emasangweni akhe ngokubonga, nasemagcekeni akhe ngokudumisa; mbongeni, nibusise igama lakhe.


Hlabelelani kuye, nimhubele, nikhulume ngezimangaliso zakhe zonke.


Vuka, Jehova, umhlangabeze, umwise phansi; sindisa umphefumulo wami komubi ngenkemba yakho,


Umhlangano wezizwe mawukuphahle, ubuyele phezulu ngaphezu kwawo.


Hlabani ihubo, nithathe isigubhu nehabhu* elihle nogubhu.


Hlokomani kuJehova ngezwi lokuhalalisa, nihlabelele ngenjabulo, nihube.


Ngiyakusondela kuJehova nginantoni, ngikhothame kuNkulunkulu ophezulu, na? Ngiyakufika ngiphethe iminikelo yokushiswa, nginamathole amnyaka munye, na?


niphendulane ngamahubo nangezihlabelelo nangamaculo okomoya, nihlabelele, nihubele iNkosi enhliziyweni yenu,


Kukhona ohluphekayo phakathi kwenu na? Makakhuleke; kukhona owenamileyo na? Makahube.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ