Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 94:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Uma uJehova ebengesilo usizo lwami, umphefumulo wami ubuyakushesha ukuhlala ekuthuleni kokufa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 Ukuba uSimakade ubengesilo usizo lwami, umphefumulo wami ubuyakushesha ukuhlala endaweni yabafileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Uma iNkosi ingangisizanga, umphefumulo wami ucishe uthule.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 94:17
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abafileyo abamdumnisi uJehova, qha, noyedwa kwabehlelayo ekuthuleni.


Bayangihlohloloza ukuba ngiwe, kepha uJehova uyangisiza.


Abamethembayo uJehova bafana nentaba yaseSiyoni engenakunyakaziswa kepha imi phakade.


Bheka neno, ungiphendule, Jehova Nkulunkulu wami; khanyisa amehlo ami, ngize ngingalali ubuthongo bokufa,


Jehova, mawungangijabhisi, ngokuba ngiyakubiza; mabajabhiswe ababi, bathuliswe endaweni yabafileyo.


Bhekani, isikhathi siyeza, yebo, sesifikile sokuba nihlakazeke, yilowo nalowo aye kokwakhe, ningishiye ngingedwa; nokho angingedwa, lokhu uBaba unami.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ