Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 9:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 ngokuba izitha zami zibuyela emuva, ziwa, zibhubha ebusweni bakho,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Lapho izitha zami, zibuyela emuva, ziyabhamazela, zibhubhe phambi kwakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Lapho izitha zami zibuya, ziyakuwa, zibhubhe phambi kobuso bakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 9:3
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wena, yebo, wena uyesabeka; ngubani ongema ebusweni bakho ngesikhathi solaka lwakho na?


Ushiswe ngumlilo, unqunyiwe; bayakubhubha ngokukhuza kobuso bakho.


ngokuba uthi: Jehova, uyisiphephelo sami; oPhezukonke umenzile abe yinqaba yakho.


ukushumayela umusa wakho ekuseni nokuthembeka kwakho ebusuku,


Ekwenzeni kwakho okwesabekayo esingakubhekanga wehla; izintaba zathuthumela phambi kwakho.


abazakunikwa isijeziso esingukubhujiswa okuphakade, basuke phambi kobuso beNkosi naphambi kwenkazimulo yamandla akhe,


Ngase ngibona isihlalo sobukhosi esikhulu esimhlophe nohlezi kuso, obuso bakhe babalekelwa yizulu nomhlaba, akutholelwanga indawo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ