Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 89:52 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

52 Makabongwe uJehova kuze kube phakade. Amen, Amen.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

52 Makabongwe uSimakade, kuze kube phakade. Amen, Amen.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

52 Makabongwe uJehova kuze kube phakade. Amen, futhi Amen.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 89:52
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

AmaLevi oJeshuwa, noKadimiyeli, noBani, noHashabineya, noSherebiya, noHodiya, noShebaniya, noPhethahiya athi: “Sukumani nimbonge uJehova uNkulunkulu wenu kusukela phakade kuze kube phakade. “Malibongwe igama lakho elikhazimulayo, eliphakanyisiwe ngaphezu kwakho konke ukubonga nokudumisa.


Makabongwe uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli kusukela phakade kuze kube phakade. Abantu bonke mabathi: “Amen.” Haleluya!


Sengakhohlakala enhliziyweni njengofileyo; nginjengesitsha esifileyo.


Makabongwe uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, kusukela phakade kuze kube phakade. Amen, Amen.


Sengaba ngumfokazi kubafowethu, nowezizwe kubantwana bakamame.


Buyisela kubakhelwane bethu, kuphindwe kasikhombisa esifubeni sabo inhlamba abakuhlambalaza ngayo, Nkosi.


ungasingenisi ekulingweni, kodwa usikhulule kokubi; ngokuba umbuso ungowakho, namandla, nenkazimulo, kuze kube phakade. Amen.’


Kuyo iNkosi yaphakade engabhubhiyo, engenakubonwa, uNkulunkulu yedwa, makube ludumo nenkazimulo kuze kube phakade naphakade. Amen.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ