Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 84:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Umphefumulo wami ulangazelela, womela amagceke kaJehova; inhliziyo yami nomzimba wami kuyahuba ngokwethaba kuNkulunkulu ophilayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Umphefumulo wami ulangazelela, womela amagceke kaSimakade. Inhliziyo yami nomzimba wami kuhuba ngokwethaba kuNkulunkulu ophilayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Umphefumulo wami ulangazelela, yebo, ulangazelela amagceke kaJehova; inhliziyo yami nenyama yami kukhalela kuNkulunkulu ophilayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 84:2
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Sengathi ngingazi ukuthi ngiyakumtholaphi, ngize ngifike endlini yakhe,


Umphefumulo wami waphukile ngokulangazelela njalo izahlulelo zakho.


Umphefumulo wami ulangazelela insindiso yakho; ngiyalethemba izwi lakho.


Ngiyazelulela izandla zami kuwe; umphefumulo wami womela wena njengomhlaba owomileyo. Sela*


Inyama yami nenhliziyo yami iyaphela; nokho uNkulunkulu uyidwala lenhliziyo yami nesabelo sami kuze kube phakade.


Ngiyanifungisa, madodakazi aseJerusalema, uma nimfumana othandiweyo wami, ukuba nimtshele ukuthi ngiyafa uthando.


Ngomphefumulo wami ngikulangazelela ebusuku, yebo, ngomoya wami ophakathi kwami ngiyakufunisisa, ngokuba lapho izahlulelo zakho zisemhlabeni, abakhileyo bezwe bafunda ukulunga.


Sengathi ungadabula amazulu, wehle, zizamazame izintaba phambi kwakho


“Mahle kangaka amatende akho, Jakobe, namatabernakele* akho, Israyeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ