Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 83:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Thela ubuso babo ngehlazo, baze bafune igama lakho, Jehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Ubuso babo ubuthele ngehlazo, baze bafune igama lakho, Simakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Gcwalisa ubuso babo ngamahloni; ukuze bafune ibizo lakho, Jehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 83:16
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uma nginecala, maye kimi! Noma bengilungile, bengingayikuphakamisa ikhanda lami, lokhu ngisuthi ngehlazo, ngibona ukuhlupheka kwami.


Ingebhe iyamehlela njengamanzi; isivunguvungu siyamphephula ebusuku.


Abamelene nami mabembeswe amahloni, bagqoke ukujabha njengesambatho.


Izitha zalo ngiyakuzembesa ihlazo, kepha kuyena uqobo umqhele wakhe uyakukhazimula.”


Babheka kuye phezulu, bakhanya; ubuso babo abusoze bajabha.


Zonke izitha zami ziyakujabha, zishaywe luvalo; ziyakuhlehla, zijabhe ngokuphazima kweso.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ