Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 80:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Ushiswe ngumlilo, unqunyiwe; bayakubhubha ngokukhuza kobuso bakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Bawushise ngomlilo, bawunquma; mababhubhe ngokukhuza nje kwakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ushiswe ngomlilo, unqunywe; bayabhubha ngenxa yokujeziswa kobuso Bakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 80:16
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nxa ulaya umuntu ngesijeziso ngenxa yeziphambeko, ubuhle bakhe ubenza buphele njengenundu; yilowo nalowo muntu ungumoya nje. Sela*


Koze kube nini, Jehova, uthukuthele njalo, ukushisekela kwakho kuvutha njengomlilo, na?


Ngokuba siyaqedwa yintukuthelo yakho, nangolaka lwakho siyabhubha.


Lapho amagatsha awo esebunile, ayakwaphulwa, kufike abesifazane, baphembe umlilo kuwo, ngokuba bangabantu abangenakuqonda; ngalokho owabenzayo akayikubahawukela, nowababumbayo akayikuba namusa kubo.


Uma umuntu engahlali kimi, ulahlwa ngaphandle njengegatsha, abune; bawabuthe, bawaphonse emlilweni, ashe.


abazakunikwa isijeziso esingukubhujiswa okuphakade, basuke phambi kobuso beNkosi naphambi kwenkazimulo yamandla akhe,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ