Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 8:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Jehova Nkosi yethu, igama lakho liyababazeka kangaka emhlabeni wonke!

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Simakade, Nkulunkulu wethu igama lakho libabazeka kangaka emhlabeni wonke!

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Jehova, Nkosi yethu, igama lakho likhazimula kangakanani emhlabeni wonke!

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 8:9
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Ungathola imfihlakalo kaNkulunkulu na? Ungamfumana uSomandla kuze kube sekupheleleni kwakhe na?


Jehova, yeka ubuningi bemisebenzi yakho; yonke uyenzile ngokuhlakanipha; umhlaba ugcwele izidalwa zakho.


Jehova Nkosi yethu, igama lakho liyababazeka kangaka emhlabeni wonke! wena owabeka inkazimulo yakho ezulwini.


“Akakho ofana noNkulunkulu, Jeshuruni, okhwela izulu ukuyokusiza, nomkhathi ngokuphakama kwakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ