Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 78:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngizakuvula umlomo wami ngomfanekiso, ngibonakalise izimfihlakalo zasendulo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Umlomo wami ngizowuvula, ngisho umfanekiso, ngizobonakalisa izimfihlakalo zasemandulo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngiyakuwuvula umlomo wami ngomfanekiso, ngikhulume amazwi amnyama asendulo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 78:2
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngizakubeka indlebe yami kuso isaga, ngiphenye imfumbe yami ngehabhu.*


Bengizakwesabelani ezinsukwini ezimbi, lapha ububi babangizingelayo bungihaqa,


ukuba aqonde izaga nezimfihlakalo, namazwi abahlakaniphileyo nezimfumbe zabo.


Khumbulani izinto zakuqala zamandulo, ngokuba nginguNkulunkulu, akakho omunye, yebo, nginguNkulunkulu, akakho onjengami,


kodwa ngaphandle komfanekiso kakhulumanga kubo; kepha sebebodwa wabachasisela abafundi bakhe konke.


uJehova wabasiphula ezweni lakubo ngolaka nangokufutheka nangentukuthelo enkulu, wabaphonsa kwelinye izwe njenganamuhla.’


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ