Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 75:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Siyakubonga, Nkulunkulu, siyabonga; igama lakho liseduze; balanda izimangaliso zakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Siyakubonga Nkulunkulu, siyabonga; igama lakho liseduze, balanda ngezimangaliso zakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kumholi wokuhlabelela, Altaskit, iHubo lika-Asafa. Kuwe, Nkulunkulu, siyakubonga, siyakubonga, ngokuba igama lakho liseduze, izimangaliso zakho ziyamemezela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 75:1
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngiyakukhuleka phambi kwethempeli lakho elingcwele, ngibonge igama lakho ngenxa yomusa wakho neqiniso lakho, ngokuba phezu kwakho konke uphakamisile igama lakho nezwi lakho.


UJehova useduze nabo bonke abambizayo, bonke abambizayo ngeqiniso.


Nkulunkulu, sizwile ngezindlebe zethu, okhokho besilandisa ngesenzo owasenzayo emihleni yabo, emihleni yasendulo.


UNkulunkulu uMninimandla onke, uJehova, uyakhuluma, ubiza umhlaba kusukela ekuphumeni kwelanga kuze kube sekushoneni kwalo.


Yiba nomusa kimi, Nkulunkulu; yiba nomusa kimi. Ngokuba umphefumulo wami uphephela kuwe; ngifuna ukukhosela ethunzini lamaphiko akho, zize zidlule izinhlupheko.


Imbala nikhuluma ukulunga ngokuthula na? Madodana abantu, nahlulela ngobuqotho na?


UNkulunkulu uyaziwa kwaJuda, igama lakhe likhulu kwa-Israyeli.


Yiqaphele, ulalele izwi layo, ungayicunuli, lokhu ayiyikuthethelela iziphambeko zenu, ngokuba igama lami likuyo.


Akakho onjengawe Jehova; umkhulu, igama lakho likhulu ngobuqhawe.


Ngokuba yisiphi isizwe esikhulu esinonkulunkulu oseduze naso njengoJehova uNkulunkulu wethu, enjalo nanini lapho simbiza, na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ