Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 74:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Zaba sengathi abantu baphakamisa amazembe emithini eminyeneyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 kwangathi ngumuntu ephakamisa izembe phakathi kwemithi eminyeneyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Indoda ethile yayidume ngokuphakamisa izimbazo ezihlahleni eziminyene.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 74:5
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Ngalokho yaleza ukuba bangigawulele imisedari* eLebanoni, izinceku zami zibe nezakho; ngiyakukunika inkokhelo yezinceku zakho njengakho konke ongakusho, ngokuba wena uyazi ukuthi akukho muntu kithi ongagawula imithi njengamaSidoni.”


indodana yowesifazane wamadodakazi akwaDani; uyise wayengumuntu waseTire, owayekwazi ukusebenza ngegolide, nangesiliva, nangethusi, nangensimbi, nangamatshe, nangemithi, nangokububende, nangokuluhlaza, nangelineni elicolekileyo, nangokubomvu, nangokuqopha imiqopho yonke, nangokuqamba yonke imisebenzi yobungcweti, ukuba anikwe indawo kanye nezingcweti zakho nezingcweti zenkosi yami uDavide uyihlo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ