Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 74:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Usuku ngolwakho, nobusuku ngobakho; nguwena owenza ukukhanya nelanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Usuku lungolwakho, nobusuku bungobakho; nguWena owenza ukukhanya nelanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Usuku ngolwakho, nobusuku bungobakho: Nguwe owalungisa ukukhanya nelanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 74:16
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wenza inyanga ibe ngeyokwahlukanisa izikhathi; ilanga liyazi ukushona kwalo.


Wenza ubumnyama kube ngubusuku; phakathi kwabo kuphuma izilo zonke zasehlathini.


Lapha ngibuka izulu lakho, umsebenzi weminwe yakho, inyanga nezinkanyezi ozimisileyo,


yimi engenza ukukhanya nengidala ubumnyama, ngenza ukuthula, ngidala okubi; nginguJehova owenza konke lokho.


Usho kanje uJehova, uthi: ‘Uma isivumelwano sami semini nesobusuku singemi, ngingamisanga izimiso zezulu nomhlaba,


ukuba nibe ngabantwana bakaYihlo osezulwini; ngokuba yena uphumisa ilanga lakhe phezu kwababi nabahle, anise imvula phezu kwabalungileyo nabangalungile.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ