Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 71:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Umlomo wami uzakugcwala ukubonga wena, nalo udumo lwakho usuku lonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Usuku lonke, umlomo wami ugcwele ukukubonga nokukubabaza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Umlomo wami mawugcwale indumiso yakho nodumo lwakho usuku lonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 71:8
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Mbonge uJehova, mphefumulo wami; Jehova Nkulunkulu wami, umkhulu, wembethe udumo nobukhosi;


Ngisaphila ngiyakumdumisa uJehova, ngihube kuNkulunkulu wami ngisekhona.


Ulimi lwami luzakushumayela ngokulunga kwakho, usuku lonke ngodumo lwakho.


Umphefumulo wami uyakusutha kungathi ngamanoni namafutha; umlomo wami uyakudumisa ngezindebe ezethabayo.


Umlomo wami uyakulanda ukulunga kwakho, nensindiso yakho lonke usuku; ngokuba anginakukubala.


Ulimi lwami futhi luzakukhuluma lonke usuku ngokulunga; ngokuba badunyaziwe, bajabhisiwe abangifunela umonakalo.


Udumo nobukhosi kusebusweni bakhe; amandla nenkazimulo kusendlini yakhe engcwele.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ