Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 71:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Umlomo wami uyakulanda ukulunga kwakho, nensindiso yakho lonke usuku; ngokuba anginakukubala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 Umlomo wami uzolanda ngokulunga kwakho nensindiso yakho usuku lonke, ngokuba anginakukubala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Umlomo wami uyakumemezela ukulunga kwakho nensindiso yakho usuku lonke; ngoba izinombolo zayo angizazi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 71:15
18 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Hlabelelani kuJehova, mhlaba wonke, nimemeze insindiso yakhe imihla ngemihla.


Imihla yonke ngiyakukubonga, ngilidumise igama lakho phakade naphakade.


ukuze umphefumulo wami ukudumise, ungathuli; Jehova Nkulunkulu wami, ngizakukubonga kuze kube phakade.


Ulimi lwami luzakushumayela ngokulunga kwakho, usuku lonke ngodumo lwakho.


Ngokuba izinhlupheko ezingenakubalwa zingihaqile, iziphambeko zami zingificile, angaze ngaba nakubona; ziningi kunezinwele zekhanda lami; inhliziyo yami ingishiyile.


Jehova Nkulunkulu wami, ziningi izimangaliso zakho ozenzileyo, nezizindlo zakho ngathi; akukho okungafaniswa nawe; uma ngiyilanda, ngiyisho, miningi kunokuba ibalwe.


Umhlatshelo nomnikelo wokudla awuwuthandi; izindlebe zami uzibhobozile; umnikelo wokushiswa nomnikelo wesono awuwubizi.


Ngokuba awuwuthandi umhlatshelo; noma bengizakukunika uminikelo wokushiswa, ubungayikuthokoza ngawo.


Ulimi lwami futhi luzakukhuluma lonke usuku ngokulunga; ngokuba badunyaziwe, bajabhisiwe abangifunela umonakalo.


Umlomo wami uzakugcwala ukubonga wena, nalo udumo lwakho usuku lonke.


Kepha mina kungilungele ukusondela kuNkulunkulu; ngenzile iNkosi uJehova ibe yisiphephelo sami, ukuze ngishumayele zonke izenzo zakho.


Egameni lakho siyathokoza usuku lonke; ngokulunga kwakho siyaphakanyiswa.


ukuba ugcine amasu, nezindebe zakho zilonde ukwazi.


Ekwahlukaniseni impango phakathi kwemiqengqe yamanzi balanda khona izenzo ezilungileyo zikaJehova, ukulunga kokubusa kwakhe kwa-Israyeli; khona abantu bakaJehova behlela emasangweni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ