AmaHubo 71:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE11 bathi: “UNkulunkulu umshiyile; zingelani nimbambe, ngokuba akakho osindisayo.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202011 bathi: “UNkulunkulu umshiyile; mxosheni, nimbambe, ngokuba akekho ongamkhulula.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202411 wathi: “UNkulunkulu umshiyile; msukeleni nimbambe; ngoba kakho omsindisayo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Manje uma nilungele ukuba ngesikhathi enizwa ngaso ukukhala kwecilongo, negenkle, nehabhu,* nomqangala, nogubhu, negemfe, nazo zonke izinhlobo zokubethwa, niwe phansi, nikhuleke esithombeni engisenzileyo, kuhle; kepha uma ningakhuleki, niyakuphonswa ngasona leso sikhathi phakathi kwesithando somlilo ovuthayo; ngumuphi lowo nkulunkulu oyakunikhulula ezandleni zami na?”