Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 71:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 ngokuba izitha zami zikhuluma ngami, nabawuhlomele umphefumulo wami bayahlebelana,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 ngokuba izitha zami zikhuluma ngami, nabaqamekela umphefumulo wami bahlangana ngami, bangihlebe,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ngokuba izitha zami zikhuluma ngami; nabaqamekela umphefumulo wami bayacebisana;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 71:10
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Endaweni esithekileyo uqamekela njengengonyama emphandwini wayo; uhlomele ukumbamba ohluphekileyo; uyambamba ohluphekileyo ngokumngenisa esihibeni sakhe.


Lokhu makube ngumvuzo wezitha, uvela kuJehova, nowabakhuluma kabi ngomphefumulo wami.


Amakhosi omhlaba ayazihlanganisa, nababusi baceba icebo ngoJehova nangogcotshiweyo wakhe ngokuthi:


Ngokuba ngikuzwile ukuhleba kwabaningi ngokwesabisayo nxazonke; besenza icebo ngami bahlosa ukubulala umphefumulo wami.


Bayabuthana, baqamekele, baqaphele izinyathelo zami, njengokuba beqamekela umphefumulo wami.


Ngobuqili benza uzungu ngabantu bakho, bacebisana ukulwa nabathukusiweyo bakho.


Uma zithi: “Hamba nathi, siqamekele igazi, sibhacele ngeze ongenacala,


Ngizwile ukuhleba kwabaningi: “Luvalo nxazonke. Mmangalele! Masimmangalele!” Bonke abangane bami bayalinda ukuwa kwami. “Mhlawumbe angayengwa, simahlule, siziphindisele kuye.”


Kwathi sekusile, bonke abapristi abakhulu namalunga esizwe benza icebo ngoJesu lokuba bambulale;


USawule wathuma izithunywa endlini kaDavide ukuba zimlinde, zimbulale ekuseni; uMikhali umkaDavide wamtshela wathi: “Uma ungasindisi ukuphila kwakho ngalobu busuku, uyakubulawa kusasa.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ