Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 68:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Bongani uNkulunkulu emihlanganweni; bongani iNkosi, nina bomthombo ka-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

26 Bongani uNkulunkulu ebandleni elikhulu; Simakade, Wena ungumthombo ka-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Dumisani uNkulunkulu emabandleni, iNkosi, emthonjeni ka-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 68:26
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Mabamphakamise ebandleni labantu, bamdumise emhlanganweni wamalunga.


Haleluya! Ngiyakubonga uJehova ngenhliziyo yami yonke emhlanganweni nasebandleni labaqotho.


Unyawo lwami lumi ebaleni; ngizakudumisa uJehova emihlanganweni.


Abahubayo nabasinayo bathi: “Imithombo yami yonke ikuwe.”


UMiriyamu umprofethikazi, udadewabo ka-Aroni, waphatha isigubhu ngesandla sakhe; bonke abesifazane baphuma emva kwakhe bephethe izigubhu, besina.


Imithombo iyaphalala ngaphandle yini, nemifula yamanzi ezigcawini, na?


“Yizwa lokhu wena ndlu kaJakobe obiziwe ngegama lika-Israyeli, waphuma emanzini akwaJuda, ofunga igama likaJehova, odumisa uNkulunkulu ka-Israyeli, kungengaqiniso nakulunga kodwa.


U-Israyeli usehlezi elondekile; umthombo kaJakobe wahlukene wodwa ezweni lamabele nelewayini; yebo, amazulu akhe aconsisa amazolo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ