Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 65:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Umnyaka uyawuhlobisa ngobumnene bakho, nemikhondo yakho iconsa amafutha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 Unyaka uwuhlobisa ngobumnene bakho, imikhondo yakho iconsa amafutha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Uyawuthwesa umnyaka ngobuhle bakho; futhi imigwaqo yakho iconsa amafutha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 65:11
17 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

amafu awenza ukuba aconse, awathele phezu kwabantu abaningi.


yena onisa imvula emhlabeni, athume amanzi ebusweni bamasimu,


okhulula ukuphila kwakho ekubhujisweni, okuqhelisa ngomusa nangobubele;


Uphuzisa izintaba okuvela emakamelweni akhe; umhlaba uyaneliswa yisithelo semisebenzi yakho.


obeka imishayo yezindlu zakhe emanzini, owenza amafu abe yinqola yakhe, ohamba ngamaphiko omoya;


Zonke izindlela zikaJehova zingububele neqiniso kulabo abagcina isivumelwano sakhe nezifakazelo zakhe.


Bayakusutha ngamanoni endlu yakho, ubaphuzise okomfula wokuthokoza kwakho.


Ngokuba wena Jehova uyambusisa olungileyo; umphahla ngomusa njengesihlangu.


Ibandla lakho lakha kulo; ngobuhle bakho wabalungisela abahluphekayo, Nkulunkulu.


Abangenalwazi badla ifa lobuwula, kepha abaqondileyo baqheliswa ngokwazi.


Ngubani owaziyo uma engayikubuya, ahawukele, ashiye isibusiso emva kwakhe, kube ngumnikelo wempuphu nomnikelo wokuphuzwa kuJehova uNkulunkulu wenu, na?


Imbewu isesibuyeni na? Qha, imivini, nemikhiwane, namapomegranati,* neminqumo akuthelanga; kepha kusukela kulolu suku ngiyakukubusisa.’ ”


Ngenisani konke okweshumi endlini yengcebo ukuba kube ngukudla endlini yami, ningivivinye ngalokhu,” usho uJehova Sebawoti, “uma ngingayikunivulela amafasitele asezulwini, nginithululele isibusiso kunokwaneleyo.


Kepha uma kwaphulwa amanye amagatsha, wena-ke ongumnqumo wasendle wafakelwa phakathi kwawo, wahlanganyela nawo impande yamafutha yomnqumo,


izwe elinakekelwa nguJehova uNkulunkulu wakho; amehlo kaJehova uNkulunkulu wakho akulo njalo, kusukela ekuqaleni komnyaka kuze kube sekupheleni komnyaka.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ