Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 63:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Nxa ngikukhumbula ecansini lami, ngizindla ngawe emilindweni yasebusuku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 lapho ngikukhumbula embhedeni wami, ngizindla ngawe kwesikabhadakazi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Lapho ngicabanga ngawe embhedeni wami futhi ngicabanga ngawe emilindelweni yasebusuku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 63:6
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Yebo, nga ekuvusa ukuba uphume emlonyeni wosizi, uye endaweni ebanzi, lapho kungekho kunyinyeka khona, kunone okubekwa etafuleni lakho.


Ngiyakumhubela uJehova kukho konke ukuphila kwami; ngiyakuhlabelela kuNkulunkulu wami ngisekhona.


Ebusuku ngikhumbula igama lakho, Jehova, ngigcina umthetho wakho.


Emini uJehova uyaleza umusa wakhe; ebusuku isihlabelelo sakhe sikimi, ngikhuleke kuNkulunkulu wokuphila kwami.


Bengilele, kepha inhliziyo yami ibiphapheme; kuyizwi lothandiweyo wami elingqongqotha lithi: “Ngivulele, dadewethu, sithandwa sami, juba lami, opheleleyo wami, ngokuba ikhanda lami ligcwele amazolo, nesihluthu sami amaconsi asebusuku.”


Ngiyakudelisa umphefumulo wabapristi ngamanoni, abantu bami basuthe ngokuhle kwami,” usho uJehova.


Vuka ukhale ebusuku ekuqaleni kwemilindo, uthulule inhliziyo yakho njengamanzi phambi kobuso beNkosi; phakamisa izandla zakho kuyo ngenxa yokuphila kwezingane ezidangala ngendlala ezingosini zezitaladi zonke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ