Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 61:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Uyakweleka izinsuku ezinsukwini zenkosi; iminyaka yayo iyakuba njengezizukulwane nezizukulwane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 Uzokwandisa izinsuku zokuphila kwenkosi, iminyaka yayo ibe miningi ngangezizukulwane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Uyakwandisa izinsuku zenkosi, neminyaka yayo njengezizukulwane ngezizukulwane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 61:6
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehova uyisabelo esahlukaniselwe mina, nendebe yami; wena uqinisa ifa lami.


Izabelo zingehlele ezindaweni ezinhle, yebo, nginalo ifa elihle.


Yacela ukuphila kuwe, wayinika khona, izinsuku ezinde kuze kube phakade naphakade.


Ngokuba uyibeka ukuba ibe yisibusiso kuze kube phakade; uyithokozisa ngenjabulo ebusweni bakho.


Nokho uJehova wathanda ukuyishaya ngezifo; lapho wenza umphefumulo wayo ube ngumnikelo wecala, iyakubona inzalo yayo, yenze izinsuku zayo zibe ziningi, nentando kaJehova iyakuphumelela esandleni sayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ