Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 48:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Siyazindla ngomusa wakho, Jehova, siphakathi ethempelini lakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Sizindla ngomusa wakho, Simakade, siphakathi ethempelini lakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Sikhumbule umusa wakho, Nkulunkulu, phakathi kwethempeli lakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 48:9
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Yathi enkosini: “Yayiqinisile indaba engayizwa ezweni lami ngamazwi akho nangokuhlakanipha kwakho.


Kepha angikholwanga ngamazwi ngaze ngafika, kwabona amehlo ami; bheka, angitshelwanga nanxenye; udlula ngokuhlakanipha nenhlanhla udumo engaluzwa.


Ukuzindla kwami makube mnandi kuye; mina mangithokoze kuJehova.


Ngokuba ububele bakho buphambi kwamehlo ami; ngihamba eqinisweni lakho.


Ukulunga kwakho angikuthukusanga enhliziyweni yami; ngashumayela ukukholeka kwakho nensindiso yakho; umusa wakho neqiniso lakho angikufihlelanga ibandla elikhulu.


Kuyakuthiwa ngeSiyoni: “Yilo nalo wazalelwa khona; oPhezukonke uyaliqinisa.”


Ngidonse emva kwakho, sigijime; inkosi isingingenisile emakamelweni ayo. Siyakujabula, sithokoze ngawe, sikhulume ngothando lwakho kunewayini. Kufanele ukuba bakuthande.


Yebo, ezindleleni zezahlulelo zakho, Jehova, sikuhlalele. Umphefumulo uyalangazelela igama lakho nesikhumbuzo sakho.


Sonke isigodi sezidumbu, nesomlotha, nawo onke amasimu kuze kube semfudlaneni iKidroni, kuze kufike egumbini leSango Lehhashi ngasempumalanga kuyakuba ngcwele kuJehova, kungabe kusasishulwa, kubhidlizwe kuze kube phakade.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ