Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 48:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 UNkulunkulu uyaziwa ezindlini zawo zobukhosi ukuthi uyinqaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 UNkulunkulu uyaziwa ezigodlweni ukuthi uyinqaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 UNkulunkulu waziwa ezindlini zayo zobukhosi njengendawo yokuphephela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 48:3
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide wathatha nokho inqaba yaseSiyoni engumuzi kaDavide.


Lapha uJehova ebona ukuthi bayazithoba, kweza izwi likaJehova kuShemaya, lathi: “Bazithobile; angiyikubachitha, kepha ngiyakubakhulula emva kwesikhashana, nentukuthelo yami ayiyikuthululelwa phezu kweJerusalema ngesandla sikaShishaki.


Abamethembayo uJehova bafana nentaba yaseSiyoni engenakunyakaziswa kepha imi phakade.


UJehova makabongwe eSiyoni, yena owakhe eJerusalema. Haleluya!


UJehova Sebawoti unathi; uNkulunkulu kaJakobe uyinqaba yethu. Sela*


ESiyoni eliphelele ebuhleni uNkulunkulu uqhamile ekukhanyeni.


Umuhle, sithandwa sami, njengeTirisa, umnandi njengeJerusalema, kepha wesabeka njengezimpi.


Bonke abadlula ngendlela bakushayela ihlombe, bancimfe, banikine amakhanda abo ngenxa yendodakazi yaseJerusalema ngokuthi: “Yiwo lo muzi owawubizwa ngokuthi ubuhle obupheleleyo nentokozo yomhlaba wonke na?”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ