Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 38:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ngokuba ukhalo lwami lutshutshumba kakhulu; akukho ukuphila enyameni yami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Ukhalo lwami luyaqaqamba, akukho mpilo emzimbeni wami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngokuba izinkalo zami zigcwele isifo esibi, nomzimba wami awukho ophilileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 38:7
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngathi enkosini: “Mayime njalo inkosi; ubuso bami bungebiphe ngani, lapho umuzi, indawo yamathuna awobaba, uchithekile namasango awo eshiswe ngomlilo, na?”


Ngamandla amakhulu umzimba wami wonakele; unamathela kimi njengentamo yesambatho sami.


Inyama yami yembesiwe izimpethu namagade othuli; isikhumba sami siyaphola, sibuye sibhicike.


Ngokuba izinsuku zami ziphelile njengomusi; amathambo ashile njengezinkuni.


“Into embi inamathele kuye; olele phansi kasayikululama.”


Kepha ingelosi yeNkosi yamshaya khona lapho, ngokuba enganikanga uNkulunkulu udumo; wadliwa yizimpethu, wafa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ