AmaHubo 38:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE12 Abafuna umphefumulo wami bayangicupha; abafuna ukungilimaza bakhuluma okubi, bazindla inkohliso usuku lonke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202012 Abaqamekela ukuphila kwami bayangicupha, abafuna ukungenzakalisa bakhuluma kabi ngami, bazindla okubi ngami usuku lonke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202412 Abafuna ukuphila kwami bangibekela izingibe, nabafuna ukungilimaza bakhuluma okubi, baceba inkohliso usuku lonke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |