Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 37:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Noma ekhubeka, akayikuwa phansi, ngokuba uJehova uphasa isandla sakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

24 Uma ewa, akayukufumbeka phansi, ngokuba uSimakade ubamba isandla sakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Noma ewa, akayikuwa phansi nesiqalekiso, ngokuba uJehova uyamsekela ngesandla sakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 37:24
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehova uyaphasa bonke abawayo, abavuse bonke abathotshisiweyo.


UJehova uyaphakamisa abathobekileyo; ababi uyabawisa phansi emhlabathini.


Ngokuba izingalo zababi ziyakwaphulwa, kepha uJehova uyabaphasa abalungileyo.


Wangikhipha emgodini wokubhujiswa odakeni lobishi, wamisa izinyawo zami edwaleni, waqinisa izinyathelo zami.


Ziyakukuthwala ngezandla, ungaqhuzuki ngonyawo lwakho etsheni.


Lapho ngithe unyawo lwami luyashelela, umusa wakho, Jehova, wangiphasa.


Ngokuba olungileyo angawa kasikhombisa, abesebuye avuke, kepha ababi bayakukhubeka ngobubi.


USimeyoni wababusisa, wathi kuMariya unina: “Bheka, lo umiselwe ukuwa nokuvuka kwabaningi ku-Israyeli, nesibonakaliso esiphikwayo –


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ