Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 32:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Wena uyindawo yami yokucasha; uyangilondoloza ngingahlupheki; ungiphahla ngenjabulo yokukhululwa. Sela*

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Wena uyindawo yami yokubhaca, uyangivikela enkathazweni, ungiphahla ngenjabulo yokukhululwa. Sela

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Wena uyisiphephelo sami; Uzangivikela ekuhluphekeni; Uzongihaqa ngezihlabelelo zensindiso. Sela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 32:7
18 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide wakhuluma kuJehova amazwi aleli hubo mhla uJehova emophula esandleni sezitha zakhe zonke nasesandleni sikaSawule,


Wena uyisiphephelo sami nesihlangu sami; ngiyethemba izwi lakho.


Ngikhulule ezitheni zami; Jehova, ngicashe kuwe.


Izintambo zasendaweni yabafileyo zangizungeza, izihibe zokufa zangehlela.


Ngokuba uyangithukusa edokodweni lakhe ngosuku lokuhlupheka, angicashise ekusithekeni kwetende lakhe, angiphakamisele edwaleni.


Ubafihla ekusithekeni kobuso bakho ngenxa yezigungu zabantu; ubalondoloza edokodweni ekuxabaneni kwezilimi.


Omubi unezinhlupheko eziningi, kepha othemba uJehova umusa uyakumphahla.


Wabeka igama elisha emlonyeni wami, igama lokubonga uNkulunkulu wethu; abaningi bayakukubona, besabe, bamethembe uJehova.


Ngokuba wena Jehova uyambusisa olungileyo; umphahla ngomusa njengesihlangu.


UJehova uyinqaba yocindezelweyo, uyinqaba ezikhathini zokuhlupheka.


Yena owakhile ekusithekeni koPhezukonke nohlezi emthunzini kaSomandla


Mhubeleni uJehova igama elisha, ngokuba wenze izimangaliso; esokunene sakhe nengalo yakhe engcwele kumtholele ukunqoba.


Inkosi yayala uJerameli indodana yenkosi, noSeraya indodana ka-Aziriyeli, noShelemiya indodana ka-Abideyeli ukuba babambe uBaruki umbhali noJeremiya umprofethi, kepha uJehova wabafihla.


Ngokuba nafa, ukuphila kwenu kufihliwe noKristu kuNkulunkulu;


samemeza ngezwi elikhulu, sithi: “Insindiso ngekaNkulunkulu wethu ohlezi esihlalweni sobukhosi neyeWundlu!”


Base behlabelela oDebora noBaraki indodana ka-Abinohama ngalolo suku, bethi:


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ