Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 32:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Omubi unezinhlupheko eziningi, kepha othemba uJehova umusa uyakumphahla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 Ziningi izinhlupheko zababi, kodwa umusa uyamhaqa owethemba uSimakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ziningi izinsizi zomubi, kepha othembela kuJehova, umusa uyakumhaqa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 32:10
20 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Unisa izihibe phezu kwababi; umlilo nesibabule nomoya oshisayo kuyisabelo sendebe yabo.


Umuntu wamanga makangamiswa emhlabeni; ububi mabuzingele umuntu oyisidlwangudlwangu, abhujiswe.


Ubusisiwe yena omsizi wakhe unguNkulunkulu kaJakobe, othemba lakhe likuJehova uNkulunkulu wakhe


UJehova uyathokoza ngabamesabayo, abathemba umusa wakhe.


Ziningi izinhlupheko zabazizuzela omunye unkulunkulu; angiyikunikela ngeminikelo yabo yegazi; angiyikuwaphatha amagama abo ngezindebe zami.


Yangeni indodana, ingaze ithukuthele, nibhubhe endleleni, ngokuba ulaka lwayo luyakuvutha masinyane. Babusisiwe bonke abaphephela kuyo.


Yizwani nibone ukuthi uJehova muhle; ubusisiwe lowo muntu ophephela kuye.


Ubusisiwe umuntu obeka ithemba lakhe kuJehova, ongaphendukeli kwabazidlayo nakwabaphambukela emangeni.


Ngokuba wena Jehova uyambusisa olungileyo; umphahla ngomusa njengesihlangu.


Jehova Sebawoti, ubusisiwe umuntu okwethembayo.


Ububi bulandela izoni, kepha abalungileyo bavuzwa ngokuhle.


Onakekela izwi uyakufumana okuhle, nowethembayo kuJehova ubusisiwe.


ngangokuba isoni, noma senza okubi kayikhulu, kuyandiswa nokho izinsuku zaso. Kanti nokho ngiyazi ukuthi kuzakuba kuhle kwabamesabayo uNkulunkulu, lokhu besaba phambi kobuso bakhe;


Maye komubi! Kuyakuba kubi kuye, ngokuba uyakubuyiselwa izenzo zezandla zakhe.


“Akukho ukuthula kwababi,” usho uNkulunkulu wami.


Ngokuba ukuthanda imali kuyimpande yakho konke okubi; abanye ngokuyifisa badukelwa ukukholwa, bazigwaza ngeminjunju eminingi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ