Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 31:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Yiba nomusa kimi, Jehova, ngokuba ngiyahlupheka; iso lami liyafa usizi, nomphefumulo wami nomzimba wami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Yiba nomusa kimi, Simakade, ngokuba ngisenkathazweni, iso lami liyafiphala ngenxa yosizi, nomphefumulo nomzimba wami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Yiba nomusa kimi, Jehova, ngoba ngisosizini; iso lami liphelile usizi, yebo, umphefumulo wami nesisu sami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 31:9
19 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wangiphumisela endaweni ebanzi: wangikhulula, ngokuba ebethokoza ngami.


Iso lami lifiphele ngosizi; onke amalungu ami anjengethunzi.


Babehlezi ebumnyameni nasethunzini lokufa beboshiwe osizini nasensimbini,


UJehova wangivuza ngokokulunga kwami; wangibuyisela njengokuhlanzeka kwezandla zami.


Ngazixosha izitha zami, ngazifica; angibuyanga ngingakaziqedi.


Ngokuba umphefumulo wethu ukhothamele othulini; umzimba wethu unamathele emhlabathini.


Iso lami liyafiphala ngokudabuka; liyaguga ngenxa yezitha zami zonke.


ezaphinyiselwa yizindebe zami, zakhulunywa ngumlomo wami ngisekuhluphekeni.


ngokuba ngahlushwa usuku lonke; kwasa ngijeziswa.


Inyama yami nenhliziyo yami iyaphela; nokho uNkulunkulu uyidwala lenhliziyo yami nesabelo sami kuze kube phakade.


Iso lami liyafa ngosizi; ngikhala kuwe Jehova imihla yonke, ngizelulela izandla zami kuwe.


Amehlo ethu ayaphela ukubheka usizo lwethu oluyize; ekulindeni kwethu silindela isizwe esingenakusindisa.


Ngalokho inhliziyo yethu idangele; ngalezi zinto amehlo ethu afiphele,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ