Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 31:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 awunginikelanga esandleni sesitha, wazimisa izinyawo zami endaweni ebanzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 awunginikelanga esandleni sesitha, wazimisa izinyawo zami endaweni ebanzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Futhi awungivalelanga esandleni sesitha; ufaka izinyawo zami ekamelweni elikhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 31:8
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UNkulunkulu uyanginikela kubantu abonakeleyo, angiphonse esandleni sababi.


“Yebo, nga ekuvusa ukuba uphume emlonyeni wosizi, uye endaweni ebanzi, lapho kungekho kunyinyeka khona, kunone okubekwa etafuleni lakho.


Ubonile wena; ngokuba ukukhathazeka nokuhlupheka uyakubona wena ukuze ukubeke esandleni sakho; othithibeleyo uyazinikela kuwe; wena ungumsizi wentandane.


Wangiphumisela endaweni ebanzi; wangikhulula, ngokuba ebethokoza ngami.


Ngiphendule ekukhaleni kwami, Nkulunkulu wokulunga kwami. Ekucindezelweni wangenzela indawo; yiba nomusa kimi, uzwe umkhuleko wami.


Engikade ngazana nabo ubaxoshele kude, wangenza ngibe yisinengiso kubo; ngivalelwe, ngingephume.


UNkulunkulu wabona abantwana bakwa-Israyeli, wabanakekela.


Ngiyakubanikeza abaseGibithe esandleni senkosi elukhuni, nenkosi enamandla iyakubusa phezu kwabo,” isho iNkosi uJehova Sebawoti.


sase sikhala kuJehova uNkulunkulu wawobaba, uJehova walizwa izwi lethu, wabona ukuhlupheka kwethu, nomshikashika wethu, nokucindezelwa kwethu;


Emunye angaxosha kanjani inkulungwane; ababili bangabhengula kanjani izinkulungwane eziyishumi, uma iDwala labo lingathengisanga ngabo, uJehova ebengabakhapheli, na?


Namuhla uJehova uyakukunikela esandleni sami; ngiyakukubulala, ngisuse ikhanda lakho kuwe, nginike namuhla izinyoni zezulu nezilwane zomhlaba izidumbu zempi yamaFilisti, ukuze umhlaba wonke wazi ukuthi kukhona uNkulunkulu kwa-Israyeli,


Ulandile namuhla ukuthi ungenzele okuhle, njengokuba, lapho uJehova ebenginikele esandleni sakho, awungibulalanga.


U-Abishayi wathi kuDavide: “UNkulunkulu unikele isitha sakho esandleni sakho namuhla; ngalokho mangimgwaze kanye ngomkhonto uze udle umhlabathi, ngingamphindi.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ