AmaHubo 31:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Ngibeka umoya wami esandleni sakho; uyangihlenga, Jehova Nkulunkulu othembekayo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20205 Umoya wami ngiwubeka esandleni sakho, ungikhululile, Simakade, Nkulunkulu weqiniso. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20245 Esandleni sakho ngiyawubeka umoya wami; uyangihlenga, Jehova Nkulunkulu weqiniso. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngalokho ekufikeni kwami kwaba ngani ukuba kungabikho muntu, nasekubizeni kungabikho ophendulayo, na? Isandla sami sifinyeziwe nokufinyezwa, ukuze singahlengi na? Noma angisenamandla okophula na? Bheka, ngokukhuza kwami ngiyomisa ulwandle, ngenze imifula ibe yihlane; izinhlanzi zalo ziyanuka, ngokuba awakho amanzi, ziyafa ukoma.