Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 31:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Khanyisa ubuso bakho phezu kwenceku yakho; ngisindise ngomusa wakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Khanyisa ubuso bakho phezu kwenceku yakho, ngomusa wakho ungisindise.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Khanyisa ubuso bakho phezu kwenceku yakho; ngikhulule ngenxa yomusa wakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 31:16
17 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wabakhumbulela isivumelwano sakhe; waphenduka ngokobuningi bomusa wakhe.


Insindiso ingekaJehova; isibusiso sakho masibe kubantu bakho. Sela*


Jehova, ngomusa wakho ubuwenzile ukuba iqine intaba yami; wabufihla ubuso bakho, ngase ngithuthumela.


Baningi abathi: “Ngubani oyakusibonisa okuhle na?” Jehova, phakamisa ukukhanya kobuso bakho phezu kwethu.


Ngihawukele, Nkulunkulu, ngokomusa wakho; yesula iziphambeko zami ngokobubele bakho obukhulu.


Buya, Jehova, ukhulule umphefumulo wami, ungisindise ngenxa yesihawu sakho.


UNkulunkulu makabe nomusa kithina, asibusise; makakhanyise ubuso bakhe phezu kwethu, Sela*


Sibuyise, Jehova Nkulunkulu Sebawoti; ukhanyise ubuso bakho, khona siyakusindiswa.


Sibuyise, Nkulunkulu, ukhanyise ubuso bakho, khona siyakusindiswa.


Sibuyise, Nkulunkulu Sebawoti, ukhanyise ubuso bakho, khona siyakusindiswa.


Kepha kuyo iNkosi, uNkulunkulu wethu, kukhona umusa nokuthethelela; ngokuba simhlubukile,


Ngokuba kuMose uthi: “Ngizakumhawukela engimhawukelayo, ngimzwele engimzwelayo.”


ukuba abonakalise ingcebo yenkazimulo yakhe ezitsheni zomusa ayezilungisele inkazimulo ngaphambili,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ