Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 22:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Nkulunkulu wami, ngikhala emini, kepha awuphenduli, nasebusuku, ngingabi nakuthula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Nkulunkulu wami, ngikhala emini, kepha awuphenduli, nasebusuku, ngingabi nakuthula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Nkulunkulu wami, ngiyabiza emini, kepha awuzwa; nasebusuku, angithuli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 22:2
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izinyembezi zami zingukudla kwami imini nobusuku, ngokuba usuku lonke bathi kimi: “Uphi uNkulunkulu wakho na?”


Jehova Nkulunkulu Sebawoti, koze kube nini uthunqela ngolaka umkhuleko wabantu bakho na?


Jehova Nkulunkulu wensindiso yami, ngikhala imini nobusuku phambi kwakho.


Wazembesa ifu, ukuze imikhuleko yethu ingafinyeleli.


Nalapho ngikhala ngicela ukusindiswa, uyavalela umkhuleko wami.


Wabuye wabashiya, waya wakhuleka ngokwesithathu esho futhi lona lelo zwi.


UNkulunkulu kayikubezwela yini abakhethiweyo bakhe abakhala kuye imini nobusuku, ababekezelele, na?


Kwathi ngalezo zinsuku waphuma waya entabeni ukuyokhuleka; wahlala ubusuku bonke ekhuleka kuNkulunkulu.


Ubusuku nemini sinxusa nokunxusa ukuba sibone ubuso benu, siphelelise okusileleyo ekukholweni kwenu.


Ngiyambonga uNkulunkulu engimkhonzayo kusukela kokhokho ngonembeza omhlophe, njengalokhu ngikukhumbula ngokungaphezi emikhulekweni yami ubusuku nemini,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ