AmaHubo 22:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Ngichithiwe njengamanzi; onke amathambo ami enyele; inhliziyo yami injengengcina, incibilikile phakathi kwezibilini zami. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202014 Ngichithiwe njengamanzi; kuxega wonke amalungu ami. Inhliziyo yami incibilika njengengcina ezibilini zami. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202414 Ngithululiwe njengamanzi, namathambo ami onke ahlangene; inhliziyo yami injengengcina; kuncibilike phakathi kwamathumbu ami. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |