Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 20:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Sindisa, Jehova! INkosi mayisiphendule ngosuku lokukhala kwethu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Sindisa, Simakade! INkosi mayisiphendule ngosuku lokukhala kwethu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Sindisa, Jehova! INkosi mayisiphendule ngosuku lokukhala kwethu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 20:9
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngikhala kuwe, ngokuba uyangizwa, Nkulunkulu; beka indlebe yakho kimi, uzwe izwi lami.


Phakamisani, masango, izinhloko zenu; nani minyango yaphakade, phakamani ukuba iNkosi yenkazimulo ingene.


Vuka, Jehova, ungisindise, Nkulunkulu wami, ngokuba zonke izitha zami uzishayile emhlathini, amazinyo ababi uwaphulile.


Wena Nkulunkulu uyinkosi yami; yaleza ukusindiswa kukaJakobe.


Yizwa izwi lokukhala kwami, Nkosi yami, Nkulunkulu wami, ngokuba ngithandaza kuwe.


Nokho uNkulunkulu uyiNkosi yami kwaphakade eyenza insindiso emhlabeni.


kepha abamethembayo uJehova bayathola amandla amasha, bayakhuphuka ngamaphiko njengezinkozi, bagijime bengakhathali, bahambe bengapheli amandla.


Kepha abapristi abakhulu nababhali, bebona izimangaliso azenzayo nabantwana bememeza ethempelini, bethi: “Hosiyana kuyo iNdodana kaDavide,” bacasuka,


Izixuku ezazihamba phambili nezazimlandela zamemeza zathi: “Hosiyana kuyo iNdodana kaDavide! Ubusisiwe ozayo egameni leNkosi. Hosiyana kweliphezulu!”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ