Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 2:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kungani ukuba abezizwe baxokozele, nabantu bazindle ngokuyize na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Kungani abezizwe benza ugobe, nabantu beceba okuyize na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kungani abezizwe bexokozela, nabantu bacabange okuyize na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 2:1
21 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngabacolisisa njengothuli emoyeni; ngabalahla njengensila ezitaladini.


Ngokuba babehlosa okubi, baceba icebo; kepha bayahluleka.


Izizwe ziyaxokozela; imibuso iyazamazama; uphumisela izwi lakhe, umhlaba uncibilike.


UJehova Sebawoti unathi; uNkulunkulu kaJakobe uyinqaba yethu. Sela*


Ngizakukubonga, Nkosi, phakathi kwabantu, ngikudumise phakathi kwezizwe.


Ungakhohlwa izwi lezitha zakho, ukuxokozela kwabakuvukelayo okwenyukela njalonjalo.


Ngobuqili benza uzungu ngabantu bakho, bacebisana ukulwa nabathukusiweyo bakho.


Bhevani nina zizwe, niyakuphela amandla nokho; bekani indlebe nina mazwe onke akude: zibhinceni, kepha niyakudangala, yebo, zibhinceni, niyakuphela amandla nokho.


“Kepha kwathi abalimi bebona indodana, bakhuluma bodwa, bathi: ‘Lo uyindlalifa; wozani siyibulale, sidle ifa layo.’


Ngokuba izakukhashelwa kwabezizwe, iklolodelwe, idunyazwe, ikhafulelwe ngamathe,


Isixuku sase sibavukela, nezinduna zayala ukuba bahlutshulwe izingubo, bashaywe ngenduku;


Bona sebezwile bathukuthela, bafuna ukubabulala.


Ayakulwa neWundlu, neWundlu liyakuwanqoba, ngokuba liyiNkosi yamakhosi noMbusi wababusi, nabakanye nalo, ababiziweyo, nabakhethiweyo, nabathembekileyo.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ